videoblogs.com
es

Asikho Isikhali | Spirit Of Praise 10 ft Dumi Mkokstad

Favoritos

Spirit Of Praise

Dieses Video war ein Trend in Südafrika

Dumi Mkokstad singing "Asikho Isikhali" from Spirit Of Praise 10

LYRICS

Section - A Choir

Siphila Lapho
Kungaphili muntu khona
Sidlula Lapho
Kungadluli muntu khona x2

Dumi ——

Asikho isikhali
Esenzelwe Mina nawe
Esiyophumelela
uJehova engaKithi

B section ….

Siqala eDolweni
Umasiya empini
Ngoba amandla ethu
Ase Mkhulekweni x2
Laph’ usathane Ehlasela
Sibika eNkosini
Inkosi isibiyele
NgeMuva nangaphambili x2

sec C (Chorus)
Siphila Lapho
Kungaphili muntu khona
Sidlula naLapho
Kungadluli muntu khona

Asikho isikhali
Esenzelwe Mina nawe
Esiyophumelela
uJehova engaKithi

D sec VERSE 2. (call and respond )

(Dumi) Noma sesifakwa Emlilweni oPhindaphindiwe
(Choir) ….. SIYAPHILA!!!
(Dumi) naseMgodini weziNgonyama
(Choir) ….. SIYAPHILA!!!

Inkosi isibiyele ngemuva nangaphambi
(Dumi) - bamangale abantu bebona siphuma ezingozini zeMoto
(Choir) SIYAPHILA!!!
Bamangale abantu bebona sidlul emlilweni
(Choir) SIYAPHILA!!!
inkosi isibiyele
Ngemuva nangaphambili x2

BACK TO CHORUS

Siphila Lapho
Kungaphili muntu khona
Sidlula naLapho
Kungadluli muntu khona x4

Asikho isikhali
Esenzelwe Mina nawe
Esiyophumelela
uJeohova engaKithi x1

The end


“At the right time, I the Lord will make it happen.”
Isaiah 60:22

Video Teilen

¿Gefällt dir Asikho Isikhali | Spirit Of Praise 10 ft Dumi Mkokstad? Teile es mit deinen Leuten...